Ticker

10/recent/ticker-posts

Ad Code

Sekudutshulwe kwabulawa uthishanhloko waseMkhombe High School KwaNongoma, uMbhekiseni Maphisa

Uthishanhloko waseMkhombe High School KwaNongoma, uMbhekiseni Maphisa udutshulwe wabulawa. 

Uthishanhloko waseMkhombe High School KwaNongoma, KwaZulu-Natal, uMbhekiseni Maphisa udutshulwe wabulawa izolo ebusuku, ngoLwesihlanu, 7 February 2025, emzini wakhe Kwa Denge. 

Kubikwa ukuthi weqe izikhathi eziningi lapho bebezama ukumbulala khona ngaphambilini.

Imbangela yokubulawa kwakhe isaphenywa ngamaphoyisa. 



Umthombo: https://www.facebook.com/share/p/1BWx5kiErM/

https://www.facebook.com/share/1A54bpFKM1/


Post a Comment

0 Comments