Ticker

10/recent/ticker-posts

Ad Code

Kuqubuke umlilo esikoleni iPeter Mokaba Primary KwaMhlanga eMpumalang

 


Amaphoyisa aphenya isigameko sokuqubuka komlilo esikoleni iPeter Mokaba Primary KwaMhlanga eMpumalanga.

Imbangela yomlilo ayikaziwa okwamanje. 

UMnyango wezeMfundo esifundazweni usujube izikhulu ukuthi zihlole umonakalo bese zinikeza izincomo ngezinyathelo okufanele zithathwe.

Kuvulwe icala lokushisa isikole esiteshini samaphoyisa KwaMhlanga.

Iziphathimandla zinxusa noma ngubani ongaba nolwazi ukuthi athinte amaphoyisa.




Umthombo: https://www.facebook.com/share/p/19pNf5GcR7/

Post a Comment

0 Comments