Ticker

10/recent/ticker-posts

Ad Code

Owesilisa (38) owayeyohlangana nentombi ayithole ku-Facebook utholwe eshonile


UHlulani Maluleke, 38, utholakale eshonile eWitbank, eMpumalanga. 

Owesilisa oneminyaka engu-38 ubudala owayeyohlangana nentombi ayithole ku-Facebook utholwe eshonile. 

Kubikwa ukuthi wasuka endaweni yaseTembisa eGoli lapho ayehlala khona waya eMpumalanga eyohlangana nentombi ayithola kuFacebook, intombi yathi ingeyasePiet Ritief.

Abangani bakhe abatshele ngalolu hambo bathi wabatshela ukuthi kukhona okushaya amanzi kodwa uzobanika imininingwane egcwele base belinda isikhashana ngemuva kwalokho wayengasatholakali ocingweni. 

Intombi ayeyohlangana nayo ayisifakile isithombe sayo kuFacebook kanti inombolo yayo ayaziwa ngoba inombolo nocingo lukaHlulani alutholakalanga. 


Ezinsukwini ezimbalwa ezedlule uTinyiko Christopher Maluleke wabelane ngezindaba zokuthola usizo lomphakathi ukuze kutholakale uHlulani Malululeke obelahlekile

URGENT MISSING PERSON ALERT

The Maluleke family from Tiyani Magoro is seeking assistance in locating their loved one, Hlulani Maluleke (also known as N'wabeku), aged 38.

Last Seen: Friday, when he left Tembisa for Piet Retief to visit a lady he met on Facebook.

Last Contact:Saturday, when he spoke to his colleagues, stating he was in Ermelo and planned to hike back to Tembisa. His phone has been off since then, and all attempts to reach him have been unsuccessful.

If You Have Any Information:Please contact 072 209 6963 or 082 956 1018 to help bring Hlulani home safely.

Let's spread the word and help the Maluleke family find their missing loved one!

Please Share 🙏 🙏


Umthombo: https://www.facebook.com/share/p/1BCPhec3Jd/



Post a Comment

0 Comments