UNtando Mokoena (26) obesanda kuzithengela imoto entsha, uye ekhaya kubo eyobonisa abazali bakhe izindaba zempumelelo yakhe njengoba ethenge imoto.
Ngosuku lwayizolo ntambama ngesikhathi ebuya ukuyobona abangani bakhe, wangena ekhaya wapaka imoto phambi kwegaraji, wathi evula igalaji kwaphuma amadoda amabili amdubula ngezinhlamvu ezingu-12 washonela khona lapho.
Abazali bakhe bamthole elele edindilize edamini legazi.
Lesi sigameko esishaqisayo senzeke e-Orange Farm eGoli.
![]() |
Isithombe: Ntando Mokoena Facebook |
Umthombo: https://www.facebook.com/share/p/19VxVNWroF/
0 Comments