Ticker

10/recent/ticker-posts

Ad Code

Inyathi ibulale umuntu oyedwa, yalimaza abantu ababili kwaNongoma


Inyathi isibulale owesilisa yamgxobag waze wafa eMduna KwaNongoma eKZN. 

Abanye ababili ibahlabe ngophondo  ngenhlahla basinda kodwa balimele kanzima. 

Umphakathi wakwaMandlakazi uyaxwayiswa ukuba uqaphele. 

Kusolakala sengathi  leNyathi yeqe eziqiwini eziseduze naleya ndawo.


Umthombo: https://www.facebook.com/100063952542754/posts/pfbid02CFi76ykK1fD7fYGbGBuxvQcRSxEtKgH9ToVYcg4LgsHYdLw7AVQiZcnyCasqQ6yBl/?app=fbl



Post a Comment

0 Comments