Wahamba ekhaya eMlazi mhlaka 3-Januwari ethi uya endodeni akaze abuye ekhaya
Cela ungisize ngengane yasekhaya elahlekile, ineminyaka engu-17 ubudala, yaahamba mhlaka-3 January 2025, akakaze abuye ekhaya till today.
Uhlala eMlazi kwa-Go, wahamba ethi uyakwi ndoda yakhe kwa-N mangizwa.
Igama lakhe ngu-Andiswa Vethe ohlala kwa-G eMlazi, wahamba ngezi-3 zika January till today akaze abuye, mengizwa kuthiwa wahamba eya kumuntu wakhe kwa-N, igama lomuntu wakhe angilazi kodwa isibongo uNgwane
Inombolo yokuxhumana uma ebonakala : 074 407 5577
Umthombo: https://www.facebook.com/61561458350037/posts/pfbid05Hjz9JF2ZeEwrsHcPfVLzPuLaYeKK7LDZnjjzQWvLaaEWW9TxcQ3gqiD1xYeBquql/?app=fbl



0 Comments