Owesifazane oneminyaka engu-23 ubudala waseSoweto uqambe amanga wathi uthunjiwe, waqola uyise, udadewabo nesoka imali engu-R200 000 ukuze adedelwe abathumbi.
Kuboshwe owesifazane oneminyaka engu-23 eSoweto namuhla ngecala lokwenza sengathi uthunjiwe waqola uyise nodadewabo nesoka lakhe u-R200 000 ukuze adedelwe ngabathumbi.
Wenza itulo nomthumbi ukuthi adle imali. Kumanje ubhekene necala lokuphazamisa ukusebenza komthetho ngoqamba amanga.
Owesifazane uboshiwe kanye nabangani bakhe ayehlele nabo ukuthunjwa kwakhe.
Umthombo: https://www.facebook.com/share/1E87ikmPoz/


0 Comments