Ticker

10/recent/ticker-posts

Ad Code

Ubaba oneminyaka engu-42 ubudala udutshulwe washona phambi kwengane yakhe

Kuthiwa umsolwa ubebuya eyolanda ingane yakhe esikoleni wadlula ngasePolice Station, wathi esezongena esangweni lakwakhe kwagqamuka umlisa wamdubula amahlandla amaningi washonela khona lapho. indawo. 

Ikhale kakhulu ingane ngemuva kokubona uyise eshona phambi kwayo. 

Lesi sigameko esishaqisayo senzeke endaweni yaseBoulevard.


Umthombo:

www.amajubafm.co.za

Post a Comment

0 Comments