Ticker

10/recent/ticker-posts

Ad Code

Kushone abantu abangu-18 engozini eyenzeke eVan Reenen’s Pass


Kushone abantu abangu-18 engozini eyenzeke eVan Reenen’s Pass ngoMsombuluko kusihlwa. 

Iloli, ikhumbi kanye nemoto encane kushayisane emgwaqeni u-N3, KwaZulu-Natal, kwashona abantu abadala abangu-13 nezingane ezinhlanu. 

Imibiko evela endaweni yesigameko iveza ukuthi kunengane esindile kule ngozi ilimele kanzima. 

U-Ayanda Msweli echaza kabanzi ngale ngozi.

https://m.youtube.com/watch?v=4LHNCQYOGRk


Post a Comment

0 Comments