Ushayelwa ihlombe umshayeli wetekisi waseBergville osize ukubelethisa umgibeli wesifazane etekisini yakhe sekufike isikhathi.
Sibonga umshayeli wetekisi wasendaweni yaseBergville eZwelisha eMangwane ogamalakhe nguQobhe Kubheka, ushayela isikwele uTwo Colour.
Lomshayeli uficwe yisimo esibucayi izolo lapho ebephuthumisa owesifazane emtholampilo eyoteta kwasho ukuthi sekushaya isikhathi sokubeletha engakafiki ube esemsiza wambelethisa umtwana sikhuluma nje ungumqemane.
Umthombo: https://www.facebook.com/share/p/163fre37tQ/
0 Comments