Umalume oneminyaka engu-(35) ubudala obenesikhwele, ushaye umshana wakhe) oneminyaka engu-15) ubudala waze washona ngoba ethi uyajola.
Esigamekweni esishaqisayo esenzeke eThohoyandou esifundazweni saseLimpopo, umshana ogama lakhe nguNomusa Mngoma oneminyaka engu-(15) ubudala uhlaselwe ngumalume wakhe oneminyaka engu-(33) ubudala, wamshaya waze washona ngenxa yesikhwele sokuthi umshana wakhe useyajola.
Kuthiwa ingane yahamba yayohlala esokeni layo, umalume wayicinha kwaze kwaba uyithola esokeni layo, uthe efika umalume wabashaya bobabili wabe esethatha umshana babuyela ekhaya.
Bathe befika ekhaya, umalume wakhahlela umshana wabe esemkhiyela endlini wamshaya waze yashona.
Umalume ube esekhalelwa ngamasongo kaSigonyela ngemuva kokubulala umshana wakhe.
Umthombo: https://www.facebook.com/share/p/1A3yACbGwN/
0 Comments