Ticker

10/recent/ticker-posts

Ad Code

Owesilisa ubanjwe yi-khamera entshontsha ama-Laptops, i-Rice engu-10kg nobisi esikoleni

Owesilisa ubanjwe yi-khamera entshontsha ama-Laptops, i-Rice engu-10kg kanye nobisi esikoleni. 

Amaphoyisa aseSenwabarwana acela usizo lomphakathi ukuze kutholakale umuntu ogqekeze esikoleni iPhala Secondary eWestphalia Village. 

Lesi sigameko senzeke mhla zingu-3 kuNhlolanja 2025. 

Amalungu omphakathi athi umsolwa sekunesikhathi ehlukumeza isikole. 

NgoMsombuluko, ubanjwe yikhamera entshontsha amaLaptops, ubisi neRice engu-10kg. 

Noma ngubani ongakwazi ukuhlonza lo muntu angathinta uthishanhloko  amshayele ucingo noma amthinte ku-WhatsApp ku-084 567 1584. 




Umthombo: https://www.facebook.com/share/p/1B9DJ72x5N/


Post a Comment

0 Comments