Ticker

10/recent/ticker-posts

Ad Code

Kuboshwe u-My friend ngokudlwengula ingane eneminyaka emithathu-3 eSiyabuswa


Kuboshwe u-My friend ngokudlwengula ingane eneminyaka emithathu-3 ubudala eSiyabuswa

Uboshwe ngoMgqibelo mhlaka ,01 February 2025 e- Siyabuswa u-My friend osolwa ngokudlwengula ingane eneminyaka emithathu ubudala. 

Umama wabona ingane ikhala ingafuni ayithinte kwi-private party ngenkathi emgeza,ube esephoqa umama ebuza ukuthi kungani ungafuni amthinte.

Okuvelile ngenkathi ingane ivakashele ubaba wayo  eSiyabuswa kwa-C,bahamba ngemonto baya eMall ,ubaba wengane nabangani bakhe abawu-2 abangama Pakistan ,uma befika eMall oyedwa wasala nengane emontweni, ubaba wengane nomunye bangena eMall, ngenkathi lomunye esele nengane wabe eseyidlwengula.

Umama ube esephuthumisa ingane yakhe eSiyabuswa Clinic lapho kwaqinisekiswa khona ukuthi ingane idlwengulwe, yabe isidluliselwa eMamathlake hospital.

Namuhla u-My friend ubevele enkantolo.



Umthombo: https://www.facebook.com/share/p/1EwwcYn7Fs/

Post a Comment

0 Comments