Owesifazane oneminyaka engu-29 ubudala oshadile ogama lakhe uBrenda udlise izingane zakhe ushevu nge-sniper wazibulala ngemuva kokuthola ukuthi umyeni wakhe ujola nomsizi wabo wasendlini.
Ulwazi oluvela encwadini ayibhalile luveza ukuthi wafica umyeni wakhe “ejola” nomsizi wasendlini, ubengafuni ukuthi izingane zakhe zisale zodwa nale ndoda. Ngakho wanquma ukuqeda konke ngokuzibulala yena nezingane zakhe.
0 Comments