Isimo sokuphila asisihle kumalungu omndeni angu-10 ahlala wonke emkhukhwini oyikamelo elilodw a (1-room),KwaNongoma
Lapha KwaNongoma kuWadi 3 eSovane kunesimo esingesihle emndenini onamalungu angu-10, akusebenzi muntu futhi izingane ziphila ngemali yesibonelelo sikahulumeni, abanandlu kodwa balala emkhukhwini oyikamelo elilodwa zonke.
Abafisa ukusiza umndeni bangathinta lenombolo ku 071 326 4201
Lolu daba lwabiwe ngumsakazi weNongoma FM uNqubeko Ndlela https://www.facebook.com/share/p/1A8kxF8tDH/
0 Comments