Ticker

10/recent/ticker-posts

Ad Code

UFelicia Montsho uklinywe owayeyintombi yakhe(ex) ngentambo yezicathulo washona

UFelicia Montsho uklinywe owayeyintombi yakhe(ex) ngentambo yezicathulo washona. 

 UFelicia Montsho waklinywa waze washona yintombi yakhe yakudala mhla zingu-2 kuMasingana-2025. 

 Kuthiwa uFelicia wahlangana nowayeyintombi yakhe, wamklinya ngezintambo zezicathulo waze washona ngesikhathi elele embhedeni wakhe.

 Ngosuku olulandelayo, owayeyintombi washayela ucingo umndeni kaFelicia ubika ngesigameko. 

 Umndeni wakhe wathintana namaphoyisa, athola isidumbu sikaFelicia futhi abopha owayeyintombi yakhe.
Umthombo: https://www.facebook.com/share/p/19jBRxFAMj/

Post a Comment

0 Comments