Owesilisa oneminyaka engu-27 ubudala ugwetshwe udilikajele ngecala lokubulala ugogo wakhe.
EMpumalanga, owesilisa uJay Peters oneminyaka engu-27 ubudala ugwetshwe udilikajele ngecala lokubulala ugogo wakhe.
UJay wayehlala nogogo wakhe uSannie Kilmister oneminyaka engu - 68 ubudala endaweni yaseCromdale.
Isigameko sokubulalana senzeke ngemuva kokuthi laba ababili bebe nengxabano endlini.
Umthombo: https://www.facebook.com/share/p/1AAY7Fme8J/
0 Comments