Ticker

10/recent/ticker-posts

Ad Code

Intombazane (14) yaKwaNongoma yahamba ekhaya mhlaka 31-Disemba yangaphinde yabuyela ekhaya

Intombazane eneminyaka engu-14 yaKwaNongoma yahamba ekhaya mhlaka 31-Disemba yangaphinde yabuyela ekhaya

Kuthiwa intombazane eneminyaka engu-14 yaKwaNongoma eyahamba ekhaya ngoDisemba 31 ibonakale eGoli. 

USkhulile Elihle Zakwe (14) owaziwa ngelika (Shado) ubonakale eGoli. 

Le ntombazane yasuka ekhaya mhlaka 31 December 2024 iphuma kwaNzuza eLindizwe, KwaNongoma yathi iya Emoya KwaNongoma.

Umndeni ucela usizo lokuthola intombazane. 

Akucaci ukuthi ufike kanjani eGoli kodwa abantu bayikhomba khona.


Umthombo: https://www.facebook.com/share/p/1AAhoTJYHa/

Post a Comment

0 Comments