Ticker

10/recent/ticker-posts

Ad Code

UShaun Stylist usinde ngokulambisa ngemuva kokugejwa yinhlamvu ngesikhathi edutshulwa emotweni yakhe



UShaun Stylist ucishe washona ngemuva kokudutshulwa kwemoto yakhe ngesikhathi eya konandisa

 UShaun ‘Shaun Stylist’ Naki uvule isifuba mayelana nempilo yakhe eciahe efa. 

Lawa ngamazwi athinta inhliziyo yomculi, umsakazi wezindaba, kanye no-DJ Shaun Andile Naki, owaziwa ngelikaShaun Stylist, ngesikhathi esabalalisa i-video  ezinkundleni zokuxhumana ngoLwesibili, 3 Disemba.

UStylist  (34) ozinze eGoli ukhombise umonakalo wemoto yakhe okubalwa “imbobo yenhlamvu” ewindini elingemuva.

UShaun uthe isibhamu samgeja ngokulambisa.

"Kungenzeka ngikhuluma indaba ehlukile njengamanje," esho.

Kule vidiyo, uShaun uzwakalisa intukuthelo nokukhungatheka kwakhe, exwayisa abanye ukuthi bahlale beqaphile.


Buka ivideo kwi link ngezansi:

https://www.facebook.com/share/r/19f5MgArgo/?mibextid=oFDknk



Post a Comment

0 Comments