Ticker

10/recent/ticker-posts

Ad Code

Owesifazane ubanjwe ezama ukweba izingane ezimbili ngemuva kokuzithengela amaswidi


Endaweni yaseMadakane ePort Shepstone esifundazweni saKwaZulu-Natal kubanjwe owesifazane ongaziwa ngesikhathi ezama ukuthatha izingane ezimbili abezithengele amaswidi.


Kuthiwa lo wesifazane uveze ukuthi ungowaseMkholombe lapho bekunodadewabo osanda kuthola ingane wabulawa wumphakathi.

Lo wesifazane usizwe wukufika kwamaphoyisa ngesikhathi umphakathi uthi akaphele namhlanje ngehora lesihlanu ntambama.


Umthombo: https://www.facebook.com/share/p/8ppuJnwDV1GLMmYi/?mibextid=oFDknk

Post a Comment

0 Comments