Ticker

10/recent/ticker-posts

Ad Code

Kugwazwe kwabulawa umfundi waseNomathiya High School eMtubatuba kulandela ingxabano eqale esikoleni

Kugwazwe kwabulawa umfundi waseNomathiya High School eMtubatuba kulandela ingxabano eqale esikoleni 

Impi eqale eskoleni igcine ikhiphe isidumbu kulesikole kuthiwa balwe eskoleni yadudulana kabi impela. Kuthiwa lezingane ezihuqa insangu  zilwe eskoleni zaze zayolwa noma sekuphume isikole.

Kuthiwa lemshiphansangu ithe sekuphume iskole yathi heeeeebe usuthu yadudulana ngaphandle ke manje ngase Mqashwen yakwa Mazibuko, abanye babalekile.

Okunye kwaasuka kwaqonda ngqo kumfana okuthiwa u Nqubeko nobengazii lutho ngempi kwamgwaza wafa khona lapho umtanabantu engazi lutho. Kuthiwa lenja imhlabe kanye inxeba elibi impela wafela khona. Lapho


Akwaziwa izophetha kanjan lendaba ngoba isimo sibi impela laphaya eMtubatuba amaqembu abafundi laba abahuqa insangu eskolen besuse uthuthuva nje.


Abafundi namanje basethuka izanya emva kwesigameko salomfana onamazinyo aluhlaza obulale ingane yabantu ingenze lutho lomphundlaphundla.


Umthombo: https://www.facebook.com/share/p/1LRugwzQQ2/

Post a Comment

0 Comments