Umfundi kaGrade 11 u-Aviwe Ncekese utholwe enenxeba lembazo ekhaya, edlwenguliwe wabulawa ngesikhathi ephuma esikoleni eLibode.
Umfundi kaGrade 11, u-Aviwe Ncekese, ofunda eMabhulana Secondary School udlwenguliwe wabulawa ngesikhathi ibuya esikoleni eLibode..
Ngokwemininingwane umndeni ka-Aviwe Ncekese ucela uxhaso ukuze kungcwatshwe indodakazi yawo.
Ngokolwazi kutholwe amanxeba embazo emzimbeni wakhe.
Ulwazi lufundeka kanje: "U-Aviwe Ncekese waseLibode e-Eastern Cape ubanjwe ephuma esikoleni kanti uzotholakala edlwenguliwe wabulawa...ubenza u-grade 11 eMabhulana secondary school."
Intombazane eneminyaka eyishumi nesishiyagalombili ubudala yaseZibungu eLibode itholwe idlwenguliwe yashona inenxeba lokugwazwa ekhanda.
Le ntombazane ogama layo lingu-Aviwe Ncekese efunda esikoleni samabanga aphezulu eMabhulana. Waduka ngosuku lwesithathu kuFebhuwari 2025 ephuma esikoleni watholwa mhlaka-6 February 2025, eshonile enenxeba ekhanda lokugwazwa ngembazo nokudlwengulwa nokudlwengulwa.
Lo mndeni ucela noma ngubani ukuthi afake isandla namanje ngakho kunzima kulo mndeni.
Inombolo Ye-akhawunti
Absa: 0093 8416 9050
Account Holder : Nelly Ncekese "uMama"
Inombolo: 073 704 0160
Umthombo: https://www.facebook.com/share/v/15vuph9rEx/
0 Comments