U-Anele Simelane oneminyaka engu-14 ubudala udlwengulwe wabulawa endaweni yaseNgwelezane eMpangeni.
Izigebengu zifike ebusuku ngabo 22.45 zizogqekeza endlini, zangena endlini yokudlela zathatha impahla, zathi zingaqeda zangena wonke amakamela, kulapho ezafica khona uAnele elele nomama wakhe.
Baqale bafika babamba umama bambophela embhedeni base bebuyela enganeni bafike bayibamba bayidlwengulela ekamelweni phambi kukanina maqede bayinquma.
Umama wayelokhu ekhala ecela usizo, bagcina bezwa omakhelwane bazithela phezu kwesidumbu sikamama sivalelwe kwelinye ikamelo.
Umthombo:


0 Comments