Intombazane eneminyaka engu-21 ubudala yase Eastern Cape ebikipite ihamba nengane enezinyanga ezingu-7 ixoshwe unina wesoka eThekwini.
Kucelwa abazi u Cindy Nkila Mbele oneminyaka engu-21 ubudala ohambe nendodana yakhe enezinyanga ezingu-7 ubudala, abanayo indawo yokuhlala...uthi yena ungowase Msintsane e Eastern Cape.
Ufike eThekwini ngo January wahlala nesoka, manje usehambile lapho emva kokuthi umama wesoka ethe uma eke waphinda wambona nje uzombulala nya.
Omaziyo angafonela le number
0861 234 333
Umthombo: https://www.facebook.com/61561458350037/posts/pfbid02aaitQDPqciwqSPHN5UcRjMZNLecEdvSZLZ83ZLZw9rCdG8LYayUfvWSh6Uu8zsvKl/?app=fbl
0 Comments