Uzame ukuzibulala owesilisa,wagxuma esuka ebhilidini lesitezi sesi-8 wawela phezu kwetekisi ngemuva kokuthola intombi yakhe ijola, esigamekweni esenzeke eHillbrow eGoli.
Ngeshwa wawela phezu kwetekisi emile futhi akashonanga njengoba ebekuhlelile.
Imibiko iveza ukuthi uthole intombi yakhe nenye indoda endlini yakhe.






0 Comments