Ticker

10/recent/ticker-posts

Ad Code

USebenzile Nkosi waseMkhondo ubulawe ngesihluku isoka lakhe




USebenzile Nkosi waseMkhondo ubulawe ngesihluku isoka lakhe. 

Kubulawe owesifazane ogama lakhe nguSebenzile Nkosi waseZinkonjaneni eMkhondo eMpumalanga kodwa ubeyimenenja eBurger King eJozi.

Ngokombiko kaMandla Chris, kuthiwa isoka lakhe lamvakashela endlini yakhe lahlala naye izinsukwana, labe selibonakala liphuma nesikhwama selivalelisa komakhelwane. 



Omakhelwane baze babona sekuhlwile ukuthi isoka limbulele endlini.


Umthombo: https://www.facebook.com/share/p/1BPAiHpXH1/?mibextid=oFDknk


Post a Comment

0 Comments