Ticker

10/recent/ticker-posts

Ad Code

UScelo Mncube oyisikhulumi esikhuthazayo ubandakanyeke engozini yemoto, ngemoto yakhe entsha


UScelo Mncube, oyisikhulumi esikhuthazayo (motivational speaker), ubandakanyeke engozini yemoto, ngemoto yakhe entsha. 

Yize uScelo engacacisanga ukuthi yenzeke kuphi le ngozi, uthe ubonga impilo yakhe. 

Le moto yathengwa ngaabalandeli bakhe ababemxhasa ngemali yokuthi athenge le moto ezosebenza ngayo kwazise ubematasa ephusha ingcwadi yakhe entsha. 

#EzishaqisayoEningizimuAfrika sibuhlungu kakhulu ngokwenzekile, sibonga impilo!

Lezi zindaba ziqinisekiswe nguScelo ngesithombe sengozi ekhasini lakhe likaFacebook namuhla. @Scelo Mncube Motivates.





Post a Comment

0 Comments