Umfana waseVryheid ofunda uGrade-12 ozihlalela yedwa ngenxa yokushona kwabazali bakhe ucela usizo njengoba ewelwe yindlu ahlala kuyo.
Lo mfana ubhalele umsakazi weNongoma FM uNqubeko Ndlela ecela usizo.
Sawubona bhuti Nqubeko, ngisacela ungenze Anonymous
Ngihlala kwaNgenetsheni (NV) Vryheid
Ehlala Nkosi eKhambi.
Ngiwelwe yindlu layikhaya..sebashona bonke ngisele ngedwa ngyafunda ibanga leshumi.
Lenhlekelele ingivelele ngesikhathi lina kakhulu izulu kulezinsuku.
Sengilala kwamakhelwane bhuti ngisaba nokusho ukuthi angisuthanga ngoba angifuni ukuba umthwalo wabo.
Ngiyacela bhuti ungifunele usizo. Abafisa ukumsiza bengangithinta ku 071 326 4201.
0 Comments