Ticker

10/recent/ticker-posts

Ad Code

Owesilisa unqume ilungu lomndeni wakhe lashona ngoba lingafuni ukumnika imali yalo ka-RAF



Owesilisa unqume ilungu lomndeni wakhe ngoba belingafuni ukwabelana naye ngemali yalo ka-RAF 

ULepai Tebogo Maboa ukhalelwe ngamasongo kaSigonyela ngemuva kokunquma ilungu lomndeni wakhe (59) lashona ngoba ebefuna lihlukanisa imali yalo yakwaRAF, lomlisa wenze lobu bugebengu ehlangene nonina nabafowabo. 

Lo mlisa uphoqe ilungu lomndeni wakhe ukuthi likhiphe yonke imali yalo okuthe uma linqaba bamgwaza entanyeni bamnquma uqhoqhoqho. 

Lesi sigameko senzeke endaweni yaseSolomondale.


#izindaba #ezishaqisayoizindaba #ezishaqisayoeningizimuafrika #ezishaqisayo 



Post a Comment

0 Comments