Owesifazane osesithombeni ucelwa ukuthi abuye ekhaya njengoba unina eseshonile
Ezibuhlungu azipheli nina base clemont scela nisithintela usisi aphuthume khaya kunesimo esiphuthumayo nesingesihle noma ngabe wahamba exoshiwe kodwa kuyamphoqa ukuba abesekhaya bacela ukufuniswa osesithombeni.
Ngibingelele ngibonge ukwamukelwa..... ngicela ukufuniswa u Snenhlanhla owaziwa ngokuhlala e Waterloo kodwa ukhonjwa e Clermont kumayelana no mawakhe ongasekho emhlabeni ngicela ningisize omubonayo athinte le number 0842359979
Umthombo: https://www.facebook.com/share/p/1EA4EV1ApR/
0 Comments