Kuthungathwa intombazane eneminyaka engu-22 elahlekile ejola nendoda yaseNigeria
Kusaqhubeka ukuthungathwa kukaSisanda Nghonyama oneminyaka engu-22 ubudala.
Ulahleke kusukela ngoLwesine zingu-23 kuJanuwari 2025 eBlouberg Cape Town.
Isoka, elingowaseNigeria, liboshiwe kodwa namanje akukabibikho mkhondo ngoSisanda.
Umthombo: https://www.facebook.com/share/p/164NHWfcXt/
0 Comments