I-Oshoek Border Post phakathi kwe-Swatini neNingizimu Afrika isavaliwe ngemuva kwengozi enyantisayo.
I-Oshoek Border Post phakathi kwe-Swatini neNingizimu Afrika isavaliwe ngemuva kwengozi enyantisayo eyenzeke ekuseni.
Kubikwa ukuthi iloli ebelithwele amalahle lihlulekile ukuwalawula lashayisa izimoto eziningi, lashiya abanye abantu belimele.
Abashayeli bezimoto bayanxuswa ukuthi basebenzise eminye imizila kanye namanye amachweba okungena njengamanje.
0 Comments