Ugwazwe ngesihluku amahlandla amaningi wabulawa owayeyisoka lakhe eTarven.
UNthabiseng Rakaku wagwazwa wabulawa ngesihluku, owayeyisoka lakhe, e-Ditebogo Tavern eSigabeni 6, eBloemfontein, ziyisi-8 kuZibandlela-2024.
Lowo owayeyisoka kusolakala ukuthi wagwaza uNthabiseng amanxeba amaningi phambi kofakazi abaningi. Ube esebaleka endaweni yesigameko, kodwa kuthiwa amalungu omphakathi amhlasela ngaphambi kokuthi aboshwe ngemuva kwesikhashana ngamaphoyisa.
UNthabiseng udlule emhlabeni esanda kuhlaselwa ngenxa yokulimala kanzima.
Umthombo: https://www.facebook.com/share/p/19xtVm6t3R/?mibextid=oFDknk
0 Comments