Ingane enezinyanga ezine kuthiwa yebiwe ngabesilisa abebephethe izibhamu, ekhaya kubo wengane eChatsworth, eThekwini.
Bafika bathatha ingane kunina ngenkani.
Onolwazi uyacelwa ukuthi athinte uDetective Slindile Blose ku-078 688 7171.
Kwenzeka lwsigameko kulandela isigameko esenzeka ngonyaka odlule eWelbedatch eChatsworth lapho kwathathwa khona ingane engakaqedi ngisho unyaka kunina.
Umthombo: https://www.facebook.com/share/p/1A2cjC44wV/?mibextid=oFDknk
0 Comments