Owesilisa obebamba inkunzi ushaywe, waqhunyiswa amehlo wumphakathi ngemuva kokubamba inkunzi
Owesilisa obegebenga abantu eMagudulela Stadium naseSthulihleza Hall elokishini utholwe esanda kubamba inkunzi wagwaza umuntu naye wacishe wafa kanti lowo muntu uphuthunyiswe esibhedlela.
Ushaywe wumphakathi wase umqhumisa amehlo.
Lesi sigebengu sishaywe umphakathi wase uzama ukuthola amaphoyisa ophiko lweSouth African Police Service eMkhondo ukuthi azombopha lomlisa.
Esithombeni ummese wakhe abewusebenzisa lapho ebegebenga khona abantu.
Umthombo: https://www.facebook.com/share/p/19sEiqWmfe/
0 Comments