Ticker

10/recent/ticker-posts

Ad Code

Kushone abantu abane ngesikhathi iVW Polo ishayisana neveni, yagqamuka umlilo eNelsville

Imoto yohlobo lwe-VW Polo ishayisane neveni, yagqamuka umlilo kwashona abantu abane eNelsville, eMpumalanga. 

Ingozi enyantisayo yenzeke ku-N4 eNelsville ngoMsombuluko zingu-10 kuFebhuwari 2025. 

Imoto yohlobo lwe-VW Polo ishe yangqongqa ngemuva kokushayisana neveni, kwashona abantu abane. 

Umshayeli weveni uphuthunyiswe esibhedlela ukuze athole usizo lwezempilo.

Abezimo eziphuthumayo basendaweni yesigameko, futhi abashayeli bezimoto bayalulekwa ukuba baqikelele uma behamba kule ndawo.

Buka ividiyo ngezansi:




Post a Comment

0 Comments