Ticker

10/recent/ticker-posts

Ad Code

Owesifazane obenamaphutha emsebenzini ulale nomphathi wakhe ukuze engamxoshi emsebenzini



Owesifazane owayenesexwayiso sokugcina esibhalwe phansi emsebenzini unqume ukulala nomphathi emsebenzini ukuze engaxoshwa. 

Lo wesifazane kuthiwa ube nesexwayiso sokugcina esibhalwe phansi emsebenzini, kwaphinde kwatholakala ukuthi usephutheni njengoba umphathi wakhe emsabise ngokuthi uzomxosha. 

Lona wesifazane owayesaba kakhulu wabe esecela umphathi wakhe ukuthi angamxoshi futhi uzomenzela noma yini, umphathi wabe esebuza ukuthi lo wesifazane wayeqinisile yini uma ethi uzomenzela noma yini, lo wesifazane wavuma, wathi "YEBO noma yini Mphathi" . 



Umphathi wabe esecela ukulala naye ngokocansi ukuze angamxoshi emsebenzini, bangena endlini encane nokuyilapho abalala khona. 

Lo wesifazane wathuka uma ebona lo mlisa ekhipha ucingo, wabuza ukuthi umlisa ushuthelani, waphendula ngokuthi wenzela ukuthi angaboshwa, ugwema ukuthi engathi wamdlwengula, ngakho wayefuna babe nobufakazi, base benza ucansi kamnandi baqeda.

 Lo mlisa ushiye ucingo endlini yakhe wathi eyogeza intombi yakhe yavula ucingo lwakhe yazithela kule video. 

Intombi eyayiphatheke kabi kakhulu yathatha le video yayifaka kuwhatsapp status yefoni yendoda, yasabalala ivideo yafinyelela kubasebenzi nakubaphathi abasebenza nale ndoda. 

Sikhuluma nje lo mlisa umisiwe emsebenzini.



Post a Comment

0 Comments