Owesifazane kuthiwa udliswe ushevu ngumngani wakhe washona ngemuva kokukhushulwa emsebenzini.
Kusolwa ukuthi owesifazane osanda kukhushulwa emsebenzini ushone ngemuva kokudliswa ushevu ngumngani wakhe
ULuambo Majarine oneminyaka engu-26 ubudala waseVhenda wabulawa njengoba kunezinsolo eziqinile zokudliswa ushevu ngumngani wakhe omkhulu ngemuva kokukhushulelwa esikhundleni esiphezulu lapho ayesebenza khona esitolo sakwaSHOPRITE.
Ngaphambi kokuthi ashone, uphuthunyiswe esibhedlela wachaza ukuthi wayeka ukudla ayekuphiwe umngane wakhe ngoba wezwa amathumbu akhe eqina kanye ngesikhathi eqeda ukudla lokho kudla.
Osolwa ngalokhu kubikwa ukuthi akasasebenzi esabela impilo yakhe.
Umthombo: https://www.facebook.com/share/p/1HxuSNhYde/


0 Comments